X

Izithakazelo zakwa Buthelezi

Shenge

Sokwalisa

Mnyamana kaNgqengelele

Phungashe

Sondiya

Mnandingamondi

Wena owadliwa zindlovukazi zamlobolela

Nina zinyawo ezimahhele

Enaganisa izintombi nanganye nangambili!